Xola sitha sami Xola mngani wami Ungibona ang'nacala La emhlabeni ng'zozama Nam' ngenziwa yindlala Xola sitha sami (Xola, xola) Xola mngani wami (Xola, xola) Ungibona ang'nacala La emhlabeni ng'zozama Nam' ngenziwa yindlala Ndlela zam' zimnyama, zimhlophe Washon umam elila ethi "Hey, hey uzoba yin' umntanami?" Ngisabathe ng'yozama ng'yohlola Sitshekedul' isangoma Sithi "Hey, hey, umkhulu wakho akagezwanga" Oy oyi, oy oyi Oy oyi, oy oyi Izono zabazali zowela kubantwana Nezabantwana ziyowela kwabanye Oy oyi, oy oyi oyi Oy oyi, oy oyi oyi Nginje, nginje, nginje, imphumela yabaphile ngaphambi kwami Xola sitha sami (Xola, xola) Xola mngani wami (Xola, xola) Ungibona ang'nacala La emhlabeni ng'zozama Nam' ngenziwa yindlala Xola sitha sami (Xola, xola) Xola mngani wami (Xola, xola) Ungibona ang'nacala La emhlabeni ng'zozama Nam' ngenziwa yindlala I don't know Maybe God will open more doors Ngaze ngalingwa, ngalingwa Shwele ngiyalingwa Abantu kudala bangibukela phansi Okwento engena nani Ngiyophakanyiswa one day Ukhon' umvuzo wababekezelayo Ukhon' umqhele wamaqhaw' anqobayo Ukhon' umvuzo wababekezelayo Ukhon' umqhele wamaqhaw' anqobile Xola sitha sami (Xola, xola) Xola mngani wami (Xola, xola) Ungibona ang'nacala La emhlabeni ng'zozama Nam' ngenziwa yindlala Xola sitha sami (Xola, xola) Xola mngani wami (Xola, xola) Ungibona ang'nacala La emhlabeni ng'zozama Nam' ngenziwa yindlala