Yeah you know it Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze Uyoba yini wena, ongabazi ubunzima bempilo? Mhla ukuhlwa kufika, uyokhala ungashawanga Uyokhala ngomama, ukhale ngobaba Kanti bonke abazi lutho K'phela nje wena bhekana nenkinga (Mhlobo wam' uk' give up-er ak'sizi) Uthi uyamemeza "ilizwe likuguqukele" Uyamemeza ucela bekulekelele Bakufulathele bonke babheke le Kwenzakalani kwelakithi? Nhlupheko yomuntu abayigqizi qakala Kunzima nokukhala, uyomangala kuba? Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze Shwele, shwele ngiyakhala Ngemizamo yami engaphumelelanga Ngiyangqongqoza iminyango iyavalwa Mangimemeza kuyosabela bani na? Ib'hlungu inhliziyo yami Nasebusuku angisalali Ngiyayizama impilo akulungi Ngiphatheke kabi ngiyalila Kunzima nokuletha isinkwa ekhaya Amaphupho ayashabalala Ngiphelelwe amandla Ngiphelelwe ithemba Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze Lalela, lalela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Woza ngapha ungiphumuze Mamela, mamela Hay' uyasinda umthwalo wam' Impela linzima ijoka lam' Yizapha undiphumuze