Yeah you know it Ubabona sebelunguza ngama fastela Babuk' ukuthi ngabe kwenzakalani la Maye, bathuswa ukuthi uyaphumelela Nhliziyo zigaya iy'bozi, umona yifa lezinja Iyeh, iyeh, iyelelema! Iyeh, iyeh, mafind' aqaqwa Iyeh, iyeh, izinto zakhanya Nhliziyo zigaya iy'bozi, umona yifa lezinja Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?) Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?) Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?) Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?) Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?) Yini umona? Yini umona? (Yini umona?) Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?) Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?) Aibo nang' ekhuluphala Mpilwen' yakhe kwenzek' iy'manga No no! Kanjani? No no! Akcish' is'bani Le nhlansi, angiy'funi Kush' umona ngaphakathi Bese ngim' is'bindi ngithi "Bayothi befungile mina ngiphunyuke" "Bayothi bevalile kuvele kuvuleke" "Bayothi bebophile kuvele kuqaqeke" Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?) Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?) Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?) Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?) Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?) Yini umona? Yini umona? (Yini umona?) Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?) Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?) Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?) Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?) Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?) Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?) Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?) Yini umona? Yini umona? (Yini umona?) Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?) Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)