NaXion Cross on the... Yeah, you know it Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Phambi kweAltari Ngimile ngipheth' izimbali Zisho ngamakha amnandi Kugcwel' izihlobo nabangani Yavele yabukan' emehlweni Kwagcwalisek' umbhalo enhlizweni Yavele yabukan' emehlweni Kwagcwalisek' umbhalo enhlizweni Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Muntu wami ngibona wena kuphela, akekh' osangangitshela nix Noma bekhuluma uyazi angiyindawo angith'? Wang'fica ngingena bani, wakhanyis' isbani Ngob' usuchazile awuthi nami ngike ngizame Yaz' mangibuka laph' es'suka khona Angikholwa kuseythina! Beng'hlekw' abantu bethi sengitheng' ama-weave now Mangith ngiyak'nqanwa bathi "Baba cima cima" Naw' udinwa mangikcinza, ngik'biza ngo Baby Na woza lana wena maqondana, ungacasuki Tshela mina sthandwa sqhathwa ubani? Baby ungavumi basnqamule, yaz' ngik'thanda njani And ungichaza blind Maw'sudedela abomancane bakho nge summer time Wang'buz' ukuthi ngisangak'shiya? Never Wang'buz' ukuthi ubani umntwan' owuk'shisa? Uwena Wang'buza kungcono makunjan? Si together Wang'buz' ukuth iskhathi esngakanan? Ngathi forever, ya Mina ngifuna wena k'phela my dali Mina ngifuna wena k'phela my dali We've been through it all, girl, the pain and the laughter And manje buka sesiyo hlangana kwi Alter, ziyasha Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele