Wemuntu wami
Lovey dovey wami
Ngifun' ukuk'bona makushon' ilanga
Westhandwa sami
Wenandlu yami
Suyithathe yonk' inhliziyo yami

Mina ntombi yangale
Ngiyakuthath' ubengumyeni wami
Ubamb' isandla sami, siye phambili
Ubuhleni nasebubini
Enhluphekweni nasenhlungwini
Ndizohlal' andiyi ndawo ndiyakuthembisa

Ngiyathaba, ukubon' ungishintsh' is'bongo
Ngiyathaba, kulilizela ogogo
Kumele ngikunakekele ngibe nobubele
Sondela sthandwa
Sondela nono
Ngob' ekhaya bakulindile

Wemuntu wami (wemuntu wami)
Lovey dovey wami
Ngifun' ukuk'bona makushon' ilanga
Westhandwa sami (westhandwa sami)
Wenandlu yami
Suyithathe yonk' inhliziyo yami
Uthando lwethu (uthando lwethu)
Olwethu sobabili (olwethu sobabili)
Soze sahlulwa nayizi ndudumo
Indudumo (indudumo)
Indudumo (indudumo)
Soze sahlulwa nayizi ndudumo

Asizuk'bona ngasonye, sizomana sxabane
Kodwa waz' andiyi ndawo, luyonyamezel' uthando
Eh, inhliziyo yami ngeyakho, kuneyami ngeyakho
Kodwa wazi ngizobamb' isandla sakho njalo

Wemuntu wami (wemuntu wami)
Lovey dovey wami (lovey dovey wami)
Ngifun' ukuk'bona makushon' ilanga (ngifun' ukuk'bona)
Westhandwa sami
Wenandlu yami
Suyithathe yonk' inhliziyo yami
Uthando lwethu (uthando lwethu)
Olwethu sobabili (olwethu sobabili)
Soze sahlulwa nayizi ndudumo (indudumo)
Indudumo (indudumo)
Indudumo (indudumo)
Soze sahlulwa nayizi ndudumo
Indudumo
Indudumo
Soze sahlulwa nayizi ndudumo