Yeah you know it Mama cel' ung'khanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Empilweni yami (Iih) Kuhambe kwahamba Inkosi yabiz' iQhawekazi lami (Iih) Mihla ngemihla Mina ngihlezi nginok'fisa Ngilokhu ngilangazelela Ukubon' ubuso bakhe Hay' uyadel' osanomama wakhe (Abanye balele emangcwabeni weh) Mama cel' ung'khanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Ndlovukazi yami enomoy' obunene Ntombi yakwabo enesineke eh (Eh heh) Oh mina ngikhumbul' umama Ngiyalangazelela Ukuthol' eliny' ithuba nawe Ngincokole nawe Impilo ngab' ingcono ukube ngsesenawe Mama cel' ung'khanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama cel' ung'khanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama)