Ngenza ngenze bese ngiyazibuza "Bavuyil' abazali na?" "Bavuyile abazali?" Sizam' im'sebenzi, sihlala kude namakhaya Akukh' es'ngakwenzi, kumele ajabule umama Uyangithwala, uyangeseka Imikhuleko yakhe yona iyangihlenga Ngenza ngenze bese ngiyazibuza "Bavuyil' abazali na?" "Bavuyile abazali?" Baya-vuya? Vuya? Baya-vuya? Vuya Baya-vuya? Vuya? Baya-vuya? Vuya Ohambweni lwakho mhlobo wam', ubobuy' ume Uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe? Ngisho ngoba kulul' ukuphambuka Uth' usahamba ngakho kant' uyaduka Phela imv'edukile iyafunwa Njengomelusi umzal' uyokulusa Ngenza ngenze bese ngiyazibuza (Ngizibuze ngawe) "Bavuyil' abazali na?" "Bavuyile abazali?" (Bayaziqhenya ngawe) Baya-vuya? Vuya? (Bayaziqhenya ngawe) Baya-vuya? Vuya (Zibuze mngani wami) Baya-vuya? Vuya? (Bayavuya na?) Baya-vuya? Vuya? (Bayavuya na?) Ooh yeah Ooh yeah Tada-ta-ta-ta-tadata Ooh yeah Ooh yeah Tada-ta-ta-ta-tadata Ngenza ngenze bese ngiyazibuza (Ngiyazibuza) "Bavuyil' abazali na?" "Bavuyile abazali?" (Bajabulile?) Baya-vuya? Vuya? (Bajabulile?) Baya-vuya? Vuya (Bayaziqhenya ngawe) Baya-vuya? Vuya? (Bayaziqhenya ngawe) Baya-vuya? Vuya Ngenza ngenze bese ngiyazibuza "Bavuyil' abazali na?" "Bavuyile abazali?" Baya-vuya? Vuya? (Bona bayavuya) Baya-vuya (Bayavuya)? Vuya (Bayavuya) Baya-vuya? Vuya (Bajabulile na) Baya-vuya? Vuya?