Wath' izos'vikela olakeni lwezitha
Nomakunzima sophokophela phambili
Wath' izos'vikela olakeni lwezitha
Nomakunzima sophokophela phambili

Indlala
Ay'nqobanga lapha kimi
Inzondo
Ay'nqobanga lapha kimi

Kuba wawungekho ngabe saqedw' endlleni
Ngoba bas'fun' othulini
Bafun' ukusqeda nomoya
Kuba wawungekho ngabe saqedw' endlleni
Ngoba bas'fun' othulini
Bafun' ukusqeda nomoya

Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Abanikazi benzondo
(Bakhathele nabo)
Bayalala nabo njengathi
Kukho konke ababekusho ngathi
(Wena was'vikela)
Sibonga wena mdali wakho konke

Kuba wawungekho ngabe saqedw' endlleni
Ngoba bas'fun' othulini
Bafun' ukusqeda nomoya
Kuba wawungekho ngabe saqedw' endlleni
Ngoba bas'fun' othulini
Bafun' ukusqeda nomoya

Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Endulo lamandulo
Kwesekelwa lomhlaba
Wawushilo wathi asikho nesinye isikhali
Esilolelwe mina esiyakuphumelela

Endulo ho lamandulo
Awethembisanga wenza washo wathi
Asikho isikhali esiyakuphelela
Esihlohlelwe mina
Ngiyokubonga njalo

Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Ubeka ihawu lakho phambi kwami
Njengebutho lothuli lwezichwe
Ubeka ihawu lakho phambi kwami
Njengebutho lengoba makhosi

Yey' ubeka ihawu lakho phambi kwami
Njengebutho lothuli lezichwe
Ubeka bo, ihawu lakho phambi kwami
Njengebutho lengoba Makhosi

Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili

Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzos'vikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili