Whe hey whe Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Ngikunika yonke inhliziyo yami Ngikunika sonk' isikhathi sami Kodwa cha awuboni Uthi ngikthande kanjani Uma uval' inhliziyo yakho Ngiyazisondeza wen' uyahlehla Ngizam' nkonke okusemandleni ami Kodwa awubon' uthando kimi Kodwa awuluzwa uthando kimi Awe soka lami Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa ukuthi ngiyazfela ngawe Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Ngikunika yonke inhliziyo yami (we) Ngikunika sonk' isikhathi swami (we ma) Kodwa cha awuboni I gown all blaawn for you uh Change my perfume just for you Ngitheng' imbali ngehla ngenyuka endizeni Kodwa cha soka lami awuboni eh eh eh Kodwa awubon' uthando kimi Kodwa awuluzwa uthando kimi Awe soka lami eh eh eh Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Ngikunika yonke inhliziyo yami (we) Ngikunika sonk' isikhathi sami (we ma) Kodwa cha awuboni Oh oh oh oh oh Oh oh oh oh oh Oh oh oh oh oh Oho oho Oh oh oh oh oh ngikunika yonke inhliziyo yami (we) (Oh oh oh oh oh) ngikunika sonk' isikhathi sami (we ma) (Oho oho)kodwa cha awuboni Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Awuboni ngani ukuthi ngiyakuthanda Awukholwa yini ukuthi ngiyazfela ngawe Ngikunika yonke inhliziyo yami (we) Ngikunika sonk' isikhathi sami (ayibabo) Kodwa cha awuboni (awe)