U-lovey ubaba wasendlini Angibon' ubaba wasendlini Ungichaza mayesethi "mamaz" Ngiphendule ngithi "babaz" Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton Kujabhe iy'thingithingi Maningibonela yen' owami Maningibonela yen' oh Maningibonela yen' oh Maningibonela yen' u-love Nimtshele ukuthi "oh yes, mmh mmh" Oh yes, mmh mmh Shuni weNkabi, ay Simomondiya ngicela uk'qala ngokuxolisa Kwak'ngeyona inhloso ilabangani bengikhohlisa Ngihamba ngiyofun' itoho ngithi ngizobuya ngik'bonise Ngashiya isilond' esingapholi enhlizweni yakho, ngizosipholisa Kodwa mntanomuntu ngiyaskhumbul' isthembiso Akuyon' impicabadala komakhelwane suyinhlekisa Ngizwile nabantwana baphasa ngamalengiso Mina ngikwaNdongaziyaduma ngilokhu ngidlala aboTsepiso Abanal' uthando, bahlala bengidl' imali Bangithanda manginemali, sibuhlabe kusemnyango Awu kodwa mntanomuntu eyenkumbul' ungayiphathi Ngiyaz' uthando lunamaphutha, ngicel' ungixolele ungangilahli Konk' engakusho kuwe, sthandwa ngiyak'khumbula Ngiyaz' akukho lula, ngangithe kuwe ngizobuya Lefoni onginike yona, otsotsi bangikhuthuza Yayi ney'thombe zakho mangiyibuka zingiduduza Shun weNkabi U-lovey ubaba wasendlini Angibon' ubaba wasendlini Ungichaza mayesethi "mamaz" Ngiphendule ngithi "babaz" Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton Kujabhe iy'thingithingi Maningibonela yen' owami Maningibonela yen' oh Maningibonela yen' oh Maningibonela yen' u-love Nimtshele ukuthi "oh yes, mmh mmh" Shun weNkabi, ay, bheka Sponono sami, ngizok'thengel' umuzi eSandton Ngiyaz' usukhathele uk'shiswa ilanga emkhukhwini Sufil' amakhaza ngoba indod' ingekho endlini Ingub' enamehlo ilele ulwembu my lovey Ngisho nasebusuku ay'sangen' inkonzo Inkonzo ekamelweni, umfundis' usesaba isonto Xola sthandwa sami, namakholwa akuzwel' isono Usazogibel' uN3, ay' ilocal, kubuy' inkolo Sponono sami, mina ngiyalivuma icala lami Usungibekezelele, ngiyavuma sthandwa sami Wawuphek' ungiphakela, ungaphisani ngey'shebo zami Ubaba wakamakhelwane mayevakasha ungaphaki Wawuthi mawungibiza, uthi kimi "Babah" Ngithi mangisabela, ngithi kuwe "mamah" Ngangiy' Nhlalisuthi ngoba mama wawuphaka Kodwa langikhon' isingibulele indlala U-lovey ubaba wasendlini Angibon' ubaba wasendlini Ungichaza mayesethi "mamaz" Ngiphendule ngithi "babaz" Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton Kujabhe iy'thingithingi Maningibonela yen' owami Maningibonela yen' oh Maningibonela yen' oh Maningibonela yen' u-love Nimtshele ukuthi "oh yes, mmh mmh" Oh yes, mmh mmh