Ahhhh hey (Omunye, Omunye) Asambe Asambe (Omunye, Omunye) Ay hey Sawubona ngani yomuntu Unjani mntwana womuntu Lapho ukhona Ngiyali bona olwami uthando Sawubona ngani yomuntu Uyaphila mntwana womuntu (hey) Lapho ukhona Ngiyali bona olwami uthando Cela ukusondela kuwe Ngibeke amabili amathathu amagama Lapho ukhona Ngiyali bona olwami uthando Angisamu boni (Hayi, Hey) Nguwe wedwa dali (Hayi, Hayi) Angisamu boni (Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume (Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Angisamu boni(Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume (Hayi, Hayi, Hay) (Omunye Omunye Omunye) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume(Hay, Hey) Uyazi ngikhumbula nguqala kukubona Ufake uduk oluhlaza Kuvele I brazilian ngahlanya Ngathi dudhlu ntombazane Wavele wamamathela We ntombi ngicela Simbathe ndawonye Sithandane engathi singabandawonye Olwami uthando luney'impande Ubatshele awu mbiwa ndawo Wena ngaku nikwa ithoko Umbili nondawo Othinta wena kunga quma inganono Inja one inja all Wena ntombi ngiyakuthanda Ngifunga umama Futhi sengimdala Anginaso isikhathi sokudlala Dali ngiyafunga Intandatho ngizoy'faka Ngihlobise isandla sakho Angisamu boni (Hayi, Hey) Nguwe wedwa dali (Hayi, Hayi) Angisamu boni (Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume (Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Angisamu boni(Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume (Hayi, Hayi, Hay) (Omunye Omunye Omunye) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume(Hay, Hey) Gege legege ndoni yamanzi Uxolo ukuk'phaphela Ngihamba ngenkabi emhlophe I two point six ngicel'ithuba Kodwa nginalo I 325 Ipake endlini ne triple three Ngu soma tekisi Ngiginqi isondo i87 Dali umuntu angiganewe Ngiphume njena ntombi angithathiwe Inhliziyo ayi gangile Sondela dali ngihluleke ngizamile Angiphuzi angibhemi straight mina Drive itaxi angiceli mina Nkomo zika baba azipheli kumina Cela uthando angi betjhi mina Angisamu boni (Hayi, Hey) Nguwe wedwa dali (Hayi, Hayi) Angisamu boni (Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume (Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Angisamu boni(Hayi, Hey) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume (Hayi, Hayi, Hay) (Omunye Omunye Omunye) (Omunye Omunye Omunye) Sondela sikhulume(Hay, Hey)