Uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Mina ngilivikelambuso Nkabi yinsika yesizwe Yeyi Uma ngingalala amathuba ayoshabalal' Mina ngyiskhali seynsizwa Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso Ngangena ngasungul ushun Bath' abadala ozongena akabuyi Bathi lenqola ay'dum Kant' abaphush abaphans abavum Hhay suka abadede Mina ngiyinkabi eyazalwa yembethe Hhayi nxe, suka abang'xege Ngawugubha lomgodi nje ngeke bangimele Eshe, lena bath' ayizondi Kwafa kwasan inkabi ayxoli Yaz nina anibona besith syadlala Inkabi ayidon [?] Mina ngingayiqala ngingayimela Ungangitsheli nge beef nginayihlaba ngingayipheka INation ningayibuza inganitshela Mina ngigqok' uBrentwood isketi singang'xega Nkabi yinsika yesizwe. Yeyi! Uma ngingalala amathuba ayoshabalal' Mina ngyiskhali seynsizwa wo Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo! Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, Yeyi! Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso (Shun Wenkabi) Yey Mina ngangena ngaphatha Bas'nikez' is'hlalo ke abanye basaba Mina les'hlalo ngyasthanda Anitshele obehleli seng'khona angahamba Hebe! Les'godi ngiyasthatha Uma kukhona onenkinga abofika ngizomlanda Eshe! Iynsizwa niyophatha isizwe eseNkabi bafana ningapaka Umfana ngingamshaya ngingamkhothisi Nge'nduku zam' ngijike ngingamhlikihli Ubheke ubheke angakukhohlisi Ngamphiph' is'londa nje ngijike ngingak'pholisi Loshun owevikelambuso mina ngingedwa ngingagingqa amabutho Uthini? Kukhona onombuzo? Nkabi Nation, Shwele umshubo! Nkabi yinsika yesizwe. Yeyi! Uma ngingalala amathuba ayoshabalal', wo Mina ngyiskhali seynsizwa wo Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo! Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, Yeyi! Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso Yey Nkabi yinsika yesizwe. Yeyi! Uma ngingalala amathuba ayoshabalal', wo Mina ngyiskhali seynsizwa wo Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo! Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, Yeyi! Mina ng'livikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso Yey Uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la