Majita as'vul'amehlo Nal'ibali ibal'elifishan' Khal'ifoni mina ngihleli nawe Athi amajita s'ye-clubin-i manje Kodwa please ngingahambi nawe Once agani mele ngikushiy'uwedwa Fike e-clubin-i kugcwel'ingane Angaz' kanjani vele ngakhohlwa ngawe Oh yeah sthandwa sami Khulum'iqiniso laphana kudlalwe ngami Lengane zi-scream-a zifun'ukuhamba nami Ngakhaphi card mina ngaswap manje Oh lonk'ihola lami Kant' endlini mina baby kanggrosanga Ngik'shiw'uwedwa Ubulaw'umzwangedwa Endlin'ubuwedwa Amakhaz'akundl'uwedwa Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Namhlanj' awusekho Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Namhlanj' awusekho I never should have left you oh I never should have left you oh I never should have left you oh Namhlan'awusekho Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Namhlanj'awusekho Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Namhlanj'awusekho Kunezinkinga ziningi emhlabeni, kwazise wembeswe ngameva Kuyofik'isikhathi layozithola suthanda ngokweqiniso Ngayo yonk'inhliziyo Kubayinkinga ke uma leyonhliziyo ibhekane nomuntu ongazi kuthi inikwa kanjani injabulo Ngish'ukuthi kubuhlungu ukuthand'umuntu bese kumel'umfundise ukuthi kumele akuthande kanjani Kubuhlungu ukuphindaphindana nenteyodwa ngoba lokho sekuyafana kuthi uwen'islima Usuyokhala ke uzibone kuwen'umuntu omubi Usuyomncenga ke lokhumchazel'izinto ezisobala Umuntu mayekuthanda ngeke umfundise uzokuthanda Kodwake wen'uzobe usezicathulweni zami kungekudala Kungekudala uyohlula nanokulala ucabanga lamagama Uyofis'ukubuyel'emuva Amehlakho asevulekile sekucacile ukuthi uthando lweqiniso ulishiyemuva Ngelinyilanga uyongikhumbula sekungekho ukubuyel'emuva Ngoba ngaphandle bayahlukumezana, izinkinga abasazixazululi bayaphindiselana Futhi ngifisengathi ungathol'umuntu oyomthanda Umuntu mawumthanda ke uzokwenza njengoba wenza kimi Imizwa yakho uyoyihlaza Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Namhlanj' awusekho Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Impil'imile sthandwa sami Namhlanj' awusekho I never should have left you oh I never should have left you oh I never should have left you oh Namhlan'awusekho Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Namhlanj'awusekho Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Awusekho (Awusekho) Namhlanj'awusekho