Eshe Uthando lunye Thando lunye Uthando, lolunye Vula amehlo we muntu omnyama Singa ng'nqoba ngoku thandana Ngoba uthando lunye Yeka umona we muntu omnyama Phansi ngoku zondana Ngoba uthando lunye Awubheke ondlebe ikhany'ilanga Baya bambisana Baya naganelana Kanti kwakhala nyonin' kungani Umuntu omnyama Maye phumelela Thina siyam'bulala (Hawu siya mbulala) Uthando lunye (Hawu thando lunye) Uthando lunye (We mfowethu uthando lunye) Uthando lunye (Hayi kodwa, asibambisane) Uthando lunye (Ungidlel'umona kanti mfowethu nguwe) Ngicela sibambisane Maku buhlungu sikhalisane Masek'sinda siphathisane We muntu omnyama asihlalisane O ndlebe zikhany'ilanga Siguqe phansi sicele ihlanhla Sona isandla siqole intaba Kanti ikuphe eyethu intaba Thando lunye Ungidlel'umona unfowethu nguye Ngangithi simuntu munye Ngani yakwethu kanti nguwe Vula amehlo we muntu omnyama Singa ng'nqoba ngoku thandana Ngoba uthando lunye Yeka umona we muntu omnyama Phansi ngoku zondana Ngoba uthando lunye Awubheke ondlebe ikhany'ilanga Baya bambisana Baya nagenelana Kanti kwakhala nyonin' kungani Umuntu omnyama Maye phumelela Thina siyam'bulala Uthando lunye Uthando lunye Uthando lunye Uthando lunye Awubheke ondlebe ikhany'ilanga Baya bambisana Baya naganelana Uthando lunye