Uthando lwam luyaphuphuma (ngyazfela ngawe)
Uthando lwam lufana neykhukhula (mina ng'gcwele ngawe)
Uthando lwam luyaphuphuma (Ey yey, ey yey yey yey)
Nothando lwakho ngilizwa noma ungfunqula (Ey yey yey yey)
Thandwa Ndim wena...
Intomb'enjena ngiyayithanda
Eziphethe kanjena ngiyayincanywa
Ngizohamba nayo umhlaba wonke
Sindize sihamb'amazwe onke
Insizw'enjena ngiyayithanda
Eziphethe kanjena ngiyayincanywa
Ngizohamba nayo umhlaba wonk
Sindize sihamb'amazwe onke
Ekudinga la eduze kwam
Just you and I sondela dali
Ungibambe la ngikubambe la
Come let us move sondela lovie
Sitetemuke nge rhythm yo thando
Thandwa Ndim wena...
Siyakhuleka eMakhosini
(Siyakhuleka eMakhosini)
Nge Thole le ngonyama elivela ebuKhosini
('Thole le ngoyama elivela ebuKhosini weh ehh ehh)
Muhle muhle wam mzukulwana ka MaTshabalala
Themba lam langa lam wena
Thandwa ndim thandwa ndim wena
...